Lyrics

Q-Mark – Umshini Lyrics

Q-Mark Umshini Lyrics (feat. Fargo Trance)

Kunini yehe
Uwoo woo

Kunini ngifuna leli thuba lo ku kutshela lento e se ntlitweni yami
Kunini ngifuna amagama aqondile ukuthi Dali uzongizwisisa
Ahh yeah
Mina nawe Dali sibuya kude ngisho ekasi singena fokol wooh yey yey
Ay,manje ngikuthembisa izulu no mhlaba my lovie ngithi ngizokuthengel’umshini

Ngizokuthengel’umshini
(Hamba,hamba lavee)
Ngizokuthengel’umshini
(Bangene)
Ngizokuthengel’umshini
(Bangene)
Ngizokuthengel’umshini
(Hamba hambo lavo)

Ngizokuthengel’umshini
(Bangene)
Ngizokuthengel’umshini
(Bangene)
Popo (halahalahalahalala)shubidubi popo
(Helehelehelehelele)
Pepe (halahalahalahalahal)
Pepe(halahalahalahalahal)

Isikhathi sishonile
Abaphansi bavumile
Kunini ngithandazela ukukujabulisa eyy
Noma yini lavie ,okhala nje ngayo
Amaphupho wakho azofezeka love ey
Soft life, kunini siyi bawela
Impilo emnandi kunini sikhuluma ngayo baby
Ngifuna mina nawe masishada siye eParis weeh
ay ayaaaaa,yeeyeee