Lyrics

Herc Cut The Lights – Tholakuwe Lyrics

Herc Cut The Lights Tholakuwe Lyrics (feat. Young Stunna), Sjava Tholakuwe Lyrics, Blxckie Tholakuwe Lyrics

Yeah
Yeah
Ooh weh
Ooh weh
Oooh

Uthando ngil’tholakuwe konke okhule ngil’tholakuwe
Uthando ngil’tholakuwe konke okujabulisa umoya wami ngil’tholakuwe

Mangzwe ngathi ngizohlanya uk’thula ngik’tholakuwe
Makhuphela amandla ithemba ngil’tholakuwe
Makunyama ukukhanya ngik’tholakuwe
Mangisasboni isizathu sokhuphila isizathu ngitholakuwe

Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe

Uvalo, qedwa nguwe
Nalamanxeba, pholiswa nguwe
Isifiso, sami ukuthi
Ngeke uyihlaphazise inhliziyo yami
Ngizwe ub’hlungu
Uma ngiphelelwa amandla, amanye ngzowathola kuwe
Uma ngilahleka, indlela ngizoyibona kuwe
Makumnyama, ukukhanya ngik’thola kuwe
Mangasas’boni is’zathi sok’phila…

… isizathu ngitholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe

Ngeke ngik’jikele
Ng’yekele ngik’vikele
Lothando ngal’thandazela.
Umangphikelela, inhliziyo inokubezela.
Ngifunu’thando olusele nginike ngithuthuke.
Ngikhathele ukuhlabelela.
Kuyabanda ngaphandle, kuwena ngisanethemba.
Ngibona uthando liphumelela,
Ngibona izitha ziphelezela.
Umung’teketisa kuthi angithambe, angeke ngizwe uthi’ angihambe.
Ung’funza okuningi ngeke ng’lambe, manginawe sthandwa sami.
Umung’teketisa kuthi angithambe, angeke ngizwe uthi angihambe.
Ung’funza okuningi ngeke ng’lambe, hamba nami, dali wami.

Uthando ngil’tholakuwe konke okhule ngil’tholakuwe
Uthando ngil’tholakuwe konke okujabulisa umoya wami ngil’tholakuwe

Mangzwe ngathi ngizohlanya uk’thula ngik’tholakuwe
Makhuphela amandla ithemba ngil’tholakuwe
Makunyama ukukhanya ngik’tholakuwe
Mangisasboni isizathu sokhuphila isizathu ngitholakuwe

Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe
Tholakuwe, tholakuwe